UTHI uzobona ukuthi kukhona umkhoshosho okhona uma naleli sonto liphinde liphela ingaboshiwe imeya eyamxebula ngezimpama ngeledlule, owesifazane okhubazekile osebenza ehhovisi le-IFP eMtshezi.
Maphumulo, uyaliphika icala lokushaya umdayisi wengqephu, uPhilisiwe “Philly” Mhlongo ngoMashi 12, nyakenye. UBabes ubekhuluma ngesikhathi kuqala ukuqulwa kwaleli cala eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ...
IYAQONGA impi yokulwa nokuvalwa kwebhange elilengelwa yizembe, Ithala, KwaZulu-Natal njengoba lolu daba selungenwe ngamadlelandawonye ne-ANC esifundazweni. La madlelandawonye, okuyiSanco, Cosatu, SACP ...
Ngaphambi kokubonakala kwakhe eziqeqesha naMaZulu, ukukhululwa kukaRadebe kuqale kuqinisekiswe ngumqeqeshi weGalaxy, u-Adnan ...
UKUGCWALA ngokweqile kwamajele kuleli kwenza iziboshwa zilale zibe yisipatolo, zihlanganise imibhede zilale ngantathu ...
“Yebo ukungabaza kubalandeli kuyohlala kukhona, ikakhulukazi uma bengakwazi kahle, yiqiniso lelo. Kodwa akukho okuningi ...
IMamelodi Sundowns izibuyise zishisa izinduku yehlula iMagesi emdlalweni weBetway Premiership e-Old Peter Mokaba Stadium, ...
ZIMKHALELE owokufika kuleli obezama ukubhalisa emkhandlwini olawula othisha kuleli iSouth African Council for Educators (SACE), esebenzisa incwadi engumkokotelo yaseMnyangweni wezaseKhaya.
“Uma ungumlingisi usafika kule ndima kukhona imidlalo osuke uyibhekile, ufisa ukuba yingxenye yayo. Nami ukuba yingxenye yalo ...
KUQUBULE izinkulumo ezinkundleni zokuxhumana ngemva kokusabalala kwezithombe zikasaziwayo waseThekwini, uMinnie Dlamini, ...
IZINKULUMO ezikhomba uChristian Saile waseDemocratic Republic of Congo (DRC) endleleni ephumayo kwiKaizer Chiefs, kubukeka ...
Kwabaqokiwe kukhona u-Abobo (Abongile Salli) waseKapa, Bonnie B (Bongiwe Booi) waseGoli, Nate (Fortunate Setwaba) waseLimpopo ...